Friday, 18 April 2025

Uyena by Sjava

 For, to me, to live is Christ- Paul


Unkulunkulu kuphela owaziyo ngeksasa lami

Omunye othi uyazi uqamba amanga

Ngob'Uyena (uyena yedwa)

Bath'Uyena (uyena yedwa)


Unkulunkulu kuphela owaziyo ngeksasa lami

Omunye othi uyazi uqamba amanga

Ngob'Uyena (uyena yedwa)

Bath'Uyena (uyena yedwa)


Ngiphethe umadida inkalakatha

Inqokonqoko angina stress ngihamba phansi

Ngob'uyena (uyena yedwa)

Bath'Uyena (uyena yedwa)


Wafika usathane nebandla lakhe samnquma impondo

Samqumba phansi

Ngob'Uyena (uyena yedwa)

Bath'Uyena (uyena yedwa)


Ekekho omunyumuntu ozok'tshela ngeksasa lakho

Unkulunkulu kuphela

And your hard work

Uk'sebenza kanzima iy'ntezala impumelelo

Abanomona ubayekele

Focus on your dream

Focus on your life

Focus on changing situation there at home for your family


No comments:

Post a Comment